UBongumenzi  Malevu wase Mpangeni endaweni yase makhehle uzokhipha single track ngo-Good Friday

SHEILA MHLONGO

Ngiqale ngibonge I-support kwi single track ephume ngonyaka ophelile 2024 isihloko sayo sithi “Imfene kamakhelwane” bayithandile abantu  kulonyaka ka -2025 engifisa ukukwenza ukuthi ngisebenze nomculi osevelele lokho kuzokwenza nami umsebenzi wami usabalale, Uhlobo lomculo engiwenzayo umaskandi izinhlelo zakulonyaka ngizokhipha I-Ep or I-album kuzoya ngamandla engikufisayo futhi ukuthola iCompany noma uxhaso ukuze ngikwazi ukuqhubekela phambili.

Umculi engifisa ukusebenza naye ushenge wasehlalankosi kulonyaka ngoba ngonyaka ophelile ngifunde lukhulu kuyasiza ukusebenza nomculi  osezingeni eliphezulu ngoba nawe uyakwazi ukuthi kusasa kube uwe osezingeni elifana nelakhe yingakho ngithi kulonyaka kuzoba noshitsho.

Into engalindelwa abalandeli njengamanje isingle track  ezophuma ngama holidays ka Good Friday umculo wami utholakala online kuwo wonke ama digital  stores kanye nama CD akhona

inumber engitholakala kuyo 0646912260  ngiyatholakala naku WhatsApp ngayo ku Facebook ngu 2load malevuh sa  futhi ne Group ezika Twoload Ivezanyawo  naku tiktok ngu @2load _Ivezanyawo.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *