UBhishobhi uDube ubonge abaxhase ibandla lakhe le ECC ngeminikelo

UBhishobhi uVusi Dube webandla iThekwini Community Church ophinde abe ilunga  elihloniphekile lesiShayamthetho saKwaZulu-Natali ubonge amalunga ebandla lakhe Kanye nosomabhizinisi abeseke lelibandla ngokulixhasa ngezimali. Lokhu uDube ukusho ngesikhathi kuqhubeka umcimbi wesidlo sakusihlwa owabe ubanjelwe eAha Gateway Hotel eMhlanga ngeSonto lomhlaka 4 Disemba.

Continue reading

Abakwa SASSA banxusa umphakathi ukuthi kumele ulokhu ubheka imininingwane yayo ukugwema ubuqola

Abakwa SASSA banxusa umphakathi ukuthi kumele ulokhu ubheka imininingwane yayo ukugwema ubuqola. Lokhu kuvele esitatimendeni esithunywelwe kwabezindaba sithe, i-SASSA eMpumalanga yeluleka abahlomuli besibonelelo sikaHulumeni sika-R350 (SRD) ukuthi baqhubeke nokuqinisekisa imininngwane yabo yokuxhumana ukuthi zisalungile ukugwema amaqola.

Continue reading