UThembelani “Gibson” Ngwece eBizana idolophu Ilali ku-bha ngokuwina award kowe-KZN Namuhla Artists Awards ngizizwa ngijabulile kakhulu indiphakamisele igama lami phezulu kuba ngibe isibonelo kubantu abakhubazekileyo.
Ubuciko bomculo wokholo nguwo owenza inhlonipho yingakho ngiwugqugquzela futhi uyafundisa.
Umuntu osafisa ukucula kumele anyamezele ngoba unamandla okunye ukuthi maka khuthale ekuyithandeni into yakhe ukuze abone impumelelo ukuthi ikhona ngokuzimesela kwakho. Eminyakeni emibini ezayo ngifuna ukuzibona ngikwizinga eliphezulu ndingenele kuma-Awards amakhulu ngikwazi nokungenela Song of the year. Abalandeli kumele balindele kumnomculo ozoba philisa kwinto yonke ababhekene nakho empilweni zabo.
Umculi engibukela kuye uDumi Mkokstad kuba ucula umculo ophilisayo nguye ondenza ndifune ukuqhubeka ndisenza umculo ophilisayo. Umuntu endimbongayo uMveliso kuba kuningi esidlule kukho sobabini ngifisa ukuxhaswa ngoku ncediswa nge sound system ukuze ngikwazi ukuhamba ndicula waziwe umculo wami, Singaxhumana WhatsApp / Call : 082 6237 359 / 063 9463 682, TikTok: Gibson za naku Facebook: Gibson Ngwece.

