UKgotso “Setsetse” Lentsha Ditaung, Mount Fletcher, Eastern Cape,  Okwamanje ngise Western Cape. Ngijabule kakhulu futhi ngiproud ngokuwina kowe-KZN NAMUHLA ARTIST AWARDS 2025.

Ukufundisa abantu abasha  isintu nokubakhumbuza ukuthi bekuphileka kanjani eminyakeni edlule. Abafisa ukucula funeka bazimisele nge talent labo bangesabi ukubuza kwabanye abaculi, bahloniphe abalandeli ukuze nabo babahloniphe. Ngifisa ukuzibona ngisiza abanye abaculi abafisa ukuveza i talent labo baphumelele. Abalandeli bangalindela inhlonipho kimi  kanye nezinto ezijabulisayo (new albums & winning awards).

Umculi ongikhuthaza kakhulu nguNtate Sputla (Motho oa Mabenyeng)  ngibonga uJesu nge talent anginike lona. Ngifisa ukuthola i support kuma Company asiza abaculi (sponsor), ongakwazi ukungisiza singaxhumana, Facebook :Ntate Setsetse Tiger, Tiktok: Koete Setsetse,  Email: kgotsolentsha7@gmail.com naku WhatsApp or Call: 067 977 7776.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *