IZINDABA
UMasipala weTheku uqinisekise abavakashi ukuthi bazoba nesikhathi esimnandi nakuba kunohlelo lokuncishiswa komthamo wamanzi
SHEILA MHLONGO UPhiko lwezamanzi kanye nezokuthuthwa kwendle (Water and Sanitation) ngokubambisana nenkampani ephakela amanzi Umngeni Water kanye ne Durban Tourism…
Ukungakhokhwa kwama- Invoice ezinsukwini ezingu-30 kungukwephula umthetho
SHEILA MHLONGO UPhiko lwe Public Service Commission olwenganyelwe ukhomishini uAnele Gxoyiya uthi ukungakhokhwa kwama Invoice ezinsukwini ezingu 30 kusalokhu kuyinkinga…
UNdunankulu uNtuli noNgqongqoshe wezeMfundo eKZN baqaphe izivivinyo zika Matric 2024 ngosuku lokuqala
OWAMI THABETHE Sekuqalile ukubhalwa kwezivivinyo zekilasi lika Matric 2024 lokuphela konyaka obekulindelwe ngamehlo abovu. Ngemizamo eqhubekayo yokuqinisekisa ukuthi izivivinyo zikamatikuletsheni…
Kuxwayiswa umphakathi ukuba uqaphele isimo sezulu
OWAMI THABETHE AboPhiko Lwezezezulu LwaseNingizimu Afrika (i-South African Weather Service) bakhiphe isexwayiso ukuthi abantu bahlale beqaphile ngesimo sezulu esibi esizayo….
Amaphoyisa aKwaZulu-Natali asephinde athela phansi abasolwa ababili abahlobene necala lokubulala abantu abawu 7 eHlokozi
OWAMI THABETHE UNdunankulu uMhlonishwa uThami Ntuli, usencome abomthetho ngemuva kokuba bedubule babulala abanye abasolwa ababili abahlobene necala lokubulala eHlokozi, elidlule…
Amaphoyisa aseKZN adubule abasolwa ababili abahlobene necala lokubulala inqwaba yabantu eHighflats
OWAMI THABETHE Badutshulwe babulawa amaphoyisa aKwaZulu-Natali abasolwa ababili abebefunwa uthuli ecaleni lokubulawa kwamalungu omndeni ayisikhombisa okuhlanganisa nezingane ezintathu eHlokozi, eHighflats….
Kuqalwa uhlelo lokunciphisa amanzi aphakelwa eThekwini
SIPHELELE BUTHELEZI Inkampani ehlinzeka amanzi, uMngeni-uThukela Water Board (UUW), izoqala uhlelo lokunciphisa amanzi ewaphakela eThekwini, oluzoqhubeka kuwo wonke uMasipala weTheku…

